![IKZN Namuhla ihloniphe amaCiko ngezindondo iqeda iminyaka engu 24 yabakhona](https://kznnamuhlanews.co.za/wp-content/uploads/2022/10/Ntandoyenkosi-Khuzwayo-600x400.jpg)
IKZN Namuhla ihloniphe amaCiko ngezindondo iqeda iminyaka engu 24 yabakhona
Iphephandaba lomphakathi iKZN Namuhla lihloniphe amaCiko ngezindodo emcimbini wokubungazwa kweminyaka engu-24 lasungulwa kanye nowama KZN Namuhla Artists Awards, obubanjelwe eBat Centre ngoMgqibelo womhlaka 1 Okthoba.