IMeya u-Xaba ubuyisa isithunzi semindeni ngokunikezela ngamatayitela obunikazi bomhlaba nezindlu ezintsha
IMeya kaMasipala weTheku, uKhansela Cyril Xaba, ibuyise isithunzi nethemba emindenini engamakhulu ngokuyinikezela ngezitifiketi zobunikazi bomhlaba nezindlu ezintsha ngoLwesihlanu, mhla ziyisi-9…
UMnyango wezaseKhaya uzokwethula uhlelo lwe-Inthanethi ukusheshisa izicelo zabafuna ukukhoseliswa kuleli
UNgqongqoshe Wezasekhaya, uLeon Schreiber, uthe kulindeleke ukuthi lolu hlelo luqale ukusebenza mhla ziyi-10 kuLwezi (November) 2026. Ngu-SHEILA MHLONGO UMnyango Wezasekhaya…
Uhulumeni uya enkantolo ngodaba lwabafuna ukukhoseliswa eNingizimu Afrika, kuhlelwa uhlelo olusha lokubhalisa
Uhulumeni waseNingizimu Afrika uhlela ukubuyela ezinkantolo ukuze uthole umhlahlandlela mayelana nokusetshenziswa kwesinqumo seNkantolo yoMthethosisekelo esithinta abantu abafika kuleli bezocela ukukhoseliswa…
Kuboshwe abantu abangu-30 ngezigameko zodlame oluphazamise umphakathi eKZN naseGauteng
Amaphoyisa asebophe abantu abangu-30, abangu-25 KwaZulu-Natal nabahlanu eGauteng, mayelana nezigameko zodlame emphakathini kanye nemibhikisho engekho emthethweni. Le mibhikisho ilandele ukusabalala…
Cishe bayisigidi abafundi ababhalisele izivivinyo zikamatikuletsheni zango-2026
UNgqongqoshe Wezemfundo Eyisisekelo, uSiviwe Gwarube, umemezele ukuthi uMnyango wakhe usukulungele ngokugcwele ukuqhutshwa kwezivivinyo zikaMatikuletsheni zango-2026, ezizobhalwa phakathi kuka-Okthoba noNovemba. UMnyango…
Umama wengane engezwa ezindlebeni ukhuthaza abazali ukuba bafunde ulimi lwezandla
UNksz Kelebogile Boleu, oneminyaka engu-36, ongumfundisi eNyuvesi yaseFree State (UFS), uthi ukukhulisa indodana yakhe uNathanael, ongezwa ezindlebeni, kumfundise ukubaluleka kokubekezela,…
uMnyango wezeMfundo ePhakeme uhlose ukubhalisa abafundi abangaphezu kuka-520 000 emakolishi e-TVET
UMnyango Wezemfundo Ephakeme Nokuqeqeshwa (DHET) uhlose ukubhalisa abafundi abangaphezu kuka-520 000 emakolishi ezemfundo yezobuchwepheshe namakhono (TVET), kanye nokuhlinzeka ngosizo lwezimali…
UDube-Ncube unxuse abafundi bakamatikuletsheni ukuba bakhethe imisebenzi ehambisana nezidingo zekusasa
IPhini likaNgqongqoshe weMfundo ePhakeme nokuQeqeshwa, uNomusa Dube-Ncube, linxuse abafundi bakaMatikuletsheni bango-2026 ukuba bakhethe imikhakha yemisebenzi ehambisana nezinguquko ezenzeka emhlabeni wezomsebenzi,…
U-Cia Siwela uzokhipha ingoma entsha ethembisa ukuletha ithemba, umthandazo nokwelapheka emoyeni
U-Cia Siwela Ingoma yakhe entsha ethi Ebumnyameni, ezophuma mhla zingama-23 kuMfumfu 2026, ihlanganisa isigqi se-Afro-House nomyalezo ojulile ngokholo, ingokomoya, izinselelo…
U-Buthelezi uhlanganyele namaKhosi ekunxuseni abesilisa ukuba balwe nodlame olubhekiswe kwabesifazane nezingane
UNgqongqoshe wezokuBusa ngokuBambisana neziNdaba zoMdabu KwaZulu-Natal (COGTA), uMnuz Thulasizwe Buthelezi, usejoyine amakhosi endabuko ekunxuseni abesilisa ukuba basukume balwe nodlame olubhekiswe…



If you or someone you know has fallen victim to a crypt0curr …