UMBONO KA THANDEKA MKHWANE EMAYVILLE ENSIMBINI MAYELANA NAMALUNGELO

Owami umbono uthi, amalungelo ethu ayahlonishwa, siyanakekelwa njengezingane sifunde, sivote, sizizwe zinesithunzi sokuba umhlali onethezekile ezwenikazi.

Indaba ishitsha  ngesikhathi isekujika abantu sebesebenzisa amalungelo ngendlela engalungile njengokuthi ingane ayishawa, wayishaya uyaboshwa  lento esinika ukudideka ngoba thina sasishawa singathathi sinyathelo. Namuhla izingane zilwa nothisha, zishaya abazali bazo ngenxa yokusebenzisa amalungelo ngendlela engalungile okuyikho okudala izinkinga ezikhona namuhla ezweni