UNompumelelo Sthembile Nzima (33) Owaziwa Ngelika Sharon Intombi Ye Coloured udabuka eNewcastle kwaZulu Natal E-Newcastle ungumculi We Gospel, Maskandi, Namapiano aphinde abe umbhali nomqambi wezingoma kanye nomsakazi owenza (voice over artists) uqale umculo esemncane emasontweni ngenxa yothando lomculo wayezibona umculo kungaba into angaphila ngayo.
Mhla ngiqeda ibanga eliphezulu iskole Ngaqala ngaba nogqozi no fuqufuqu kuwona Umculo Ngahlangana No Tshelani Sbisi neqembu lakhe babeshaya isigixi ngsacela Kuba ingxenye yabo Ukufunda ukuqhamba uzingoma ngafunda lapho okuningi
Unompumelelo uthi ngokuhamba kwesikhathi uhlangane nelinye iciko elenza iHip hop elaziwa ngo Rady Ray ngaleso sikhathi lalenza ingoma esihloko sithi “Uthando lwakho” uthi
UNompumelelo uthi wahlangana nenye insizwa engumsakazi ogama layo
ngu Sandi J (Sandile Jele), okunguye owammtshela ngethuba lokuba umsakazi, esiteshini somoya, Amajuba fm,online Radiolapho wasebenza isikhathi esincane kodwa wafunda lukhulu.
Ngonyaka ka 2019-2019 wakhipha iAlbum esihloko sithi “Ungibhekile” kwathi ngonyaka ka 2021 ngesikhathi kubhoke iCovid-19, wakhipha enye ingoma yama ePiano esihloko sithi “PHANDA” eyaze yadayiswa ngisho ezitolo. Ngonyaka ka2022 ngoDisemba uphinde wakhipha EP yamaPiano esihloko sithi “Lishonile iLanga”.
UNompumelelo useke waqokwa ezindaweni eziningi okubalwa phakathi kwazo, SADMA Award Kanye nama AMATA Award Amapiano upcoming artist kuma Award ka Mlwazet. ,@INK FM ingoma yokuhlukanisa unyaka. Neminye.
UNompumelelo okwamanje usebenza esiteshini somsakazo Abusekho Ubunzima Christian Radio 100.3, lapho enza khona uhlelo lwasekuseni ngo 9-12
“Okwamanje ngibhizi ne Album yamaPiano ngisapheka yona ngiphinde ngibe Bhizi ne EP Ye Gospel Maskandi Cela Abalandeli Bengiphe Saphothe Umculo wami ukhona ezitolo uyatholakala, Kanti ngicela ukuvotelwa kowe KZN Namuhla Artists Awards 202” kuphetha yena.
Kuzinkundla Zokuxhumana Zonke Ngingu:Sharon Intombi Ye Coloured
Amabooking: sharonintombiyecoloured@gmail.com
Contact no:0718766414