ULwandile Kotini Dinangwe ocula iHip Hop uthi uzokhipha ingoma yakhe entsha

UKotini Lwandile Dinangwe (19)  odume ngelikaKotini owenza umculo weHiphop ohlala kwaMaphumulo uthi ufisa ukudlulisa umyalezo kubantu mayelana nengoma yakhe entsha azoyikhipha ngoZibandlela isihloko sayo sithi “UB’HLUNGU ” lengoma izobe ikhuluma kabanzi ngempilo yakhe.” Ngalengoma ngizobe ngikhuthaza  intsha yanamuhla ukuba isebenze kanzima kusaneskhathi”. Kusho yena.

UKotini uthi ufisa ukuthi abantu bamulandele ezinkundleni zokuxhumana ekhasini lakhe lika Facebook @Kotini DaCul K, izingoma zakhe ziyatholakala kuma Digital platforms kwabafisa ukuxhumana naye nansi inombolo yake Cell No. 0763587889-Email. lwandiledinangwe16@gmail.com 

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *