USthembile ongenele uMrs Universe 2023 ucela ukwesekwa ngamavoti

USthembile Kouabenan owaziwa ngelika Magatsheni (38) uzalelwe KwaZulu Natali eNewcastle Osizweni kodwa wakhulela eTembisa e Gauteng, uthi kulonyaka ungenele umncintiswano wokuba u Mrs Universe South Africa 2023,eqala ngqa wakwazi ukuphumelela ukuthi aqokwe khona kuma Semi Finalists.

Eqhuba uthi uqale esemncane ukuba nesifiso sokungenela imincintiswano yozime noma onobuhle kodwa inkinga kubo kwakunomthetho oqinile engakwazi ukufeza isifiso sakhe kwaze kwaba usemdala njengoba ethe eqala waphumelela.

“Ngicela ukusekwa ngama Votes nange Sponsorships ka Mrs Universe South Africa . Ngitholakana ku Facebook, Instagram.

10.0817254484, sthekouabenan@gmail.com, Facebook:Magatsheni Sthembile INSTAGRAM: @Magatshenilo”. Kuphetha yena

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *