![USlindile Mchunu ongumculi we RnB ne Afro Pop](https://kznnamuhlanews.co.za/wp-content/uploads/2023/11/SLI.jpg)
USlindile Mchunu ongumculi we RnB ne Afro Pop
USlindile Mchunu (20) odume ngelika akhellarh ungumculi weRnB Afro pop. Ungowokuzalwa eeNanda Ohlange enyakatho yeTheku, nakuba engumculi kodwa futhi uphinde enze ezokumodela kanye nokulingisa.
USlindile Mchunu (20) odume ngelika akhellarh ungumculi weRnB Afro pop. Ungowokuzalwa eeNanda Ohlange enyakatho yeTheku, nakuba engumculi kodwa futhi uphinde enze ezokumodela kanye nokulingisa.
Uqale ngesasasa umjikelezo weNdebe yama Bokoboko, lokhu kuhlaluke ngesikhathi leliqembu lesizwe ebelivela eFrance lihlangabezwe izinkumbi zabantu esikhumulweni sezindiza e-OR Tambo ekuseni ngoLwesibili lomhlaka 31 Okthoba.
USkhumbuzo Zikhali (31) odume ngelika Tsepo Zikhali oyi Gospel artist, ungowase
Ngwelezane kodwa wakhulela eMhlabuyalingana endaweni yase Mbazwana lapho ehlala khona manje.
UMeluleki Phakathi(21) odume ngelika Parks Imbongi, uhlala Ophongolo, uthi uqale kulendima yokuhaya izinkondlo ngonyaka ka 2016, kanti usebhale inqwaba yezinkondlo.
ULwandle Vumisa(17) oyiModel ohlala elokishini laKwaMashu esigcemeni sakwaG uthi unephupho lokuqhuba ikhono lokuModela aze afike ezingeni lokuba uMiss South Afrika.
ULwandle uthi uqale kulendima yokumodela ngonyaka ka 2021 kanti useke wazuza isicoco sokuba uMiss Golden Stars Queen Teen 2023. Uthi ukuqhuba umsebenzi wakhe ufisa ukuthola uxhaso lwama pads ukuze anikele ezinganeni zamantombazane aswele, ufisa nokuthola abaxhasi ngohambo lokuya ePitoli kuMiss Phenomenal SA ngo Disemba.
Bekukuhle kudelile abafundi bakamatikuletsheni baseSidelile High School eMagabheni, bewola imiklomelo yezindondo ngesikhathi benzelwe umimbi wokubahalisela ngomsebenzi wabo omuhle. Kanti neNkosi yesizwe saseMathulini ibikhona ukuzobonga abafundi – IZITHOMBE ZITHUNYELWE : UTHISHANHLOKO UNKK GWALA
Inkampani yezokuxhumana, iVodacom ithi izosilandela isinqumo seNational Consumer Commission (NCC), eyihlawulise u-R1 million emuva kokulahlwa yicala lokuphula amalungelo abathengi.
Imvula enetha engenamkhamuko Kwa Zulu Natal kakhulukazi eThekwini kunxuswa abashayeli baqaphe njengoba linetha lapho kunemigwago esekwindawo yezingozi mekuke kwanetha izimvula.
Imvula enetha engenamkhamuko Kwa Zulu Natal kakhulukazi eThekwini kunxuswa abashayeli baqaphe njengoba linetha lapho kunemigwago esekwindawo yezingozi mekuke kwanetha izimvula.
UNgqongqoshe Wezamandla Nezimayini, uMnuz Gwede Mantashe, umemezele izindaba ezinhle zokwehla kukaphethroli.Lezindaba uzethule kwabezindaba lapho ekade ethula khona inkulumo njengoba kuphele inyanga yezokuthutha eNingizimu Africa u Okthoba ohlonzwa njengenyanga yezokuthutha.