Masivikele izingane ezincane buphele ubulwane

Umfundisi Katlego Nare

Sizwe sakithi sanbonani . Ake sikhulumeni ngalento ebuhlungu eyenzeka esizweni sakithi yokuthunjwa kwezingane ezincane zitholakale zidlwengulwe zabulawa. Kanti yibulwane buni lobu esesibuphila ? Zintshontshelwani izingane? Sekwabayisono ukuba nengane yentombazane ngoba ayiphephile noma iya esikoleni kumele ube nesiqiniseko sokuphepha kwayo. Ubuyaphi lomkhuba ongcole kanje ? Kanti yini ngempela le etholakala ezinganeni zamantombazane ezincane? Mabuphele lobulwane masizivikeleni izingane, noma uhlangana nayo ingeyona eyakho yithathe njengeyakho uyivikele . 

Obhalayo Umfundisi Katlego Nare 

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *