U-Menzi Ngcobo umethuli wezinhlelo zezindaba ngaphansi komsakazo iKhwezi FM

U-Menzi Ngcobo umethuli wezinhlo zezindaba ngaphansi omsakazo Khwezi FM kusukela ngonyaka ka2022 emva kokusebenza unyaka owodwa ngo2012. Uzalelwa KwaMashu eThwekeini ogwini lwesifundazwe kodwa inkaba yakhe iseNgudwini  ngaphansi kwaseShowe. Uqede izifundo zakhe zobuntatheli ngonyaka ka2009 nokulapho waqala khona ukusebenza njengomfundi wezindaba kumsakazo oseThekwini iVIBE FM

Continue reading