UNGAPHUTHELWA ISOUL MEETS JAZZ EXPERIENCE Lapho izingwazi zomculo we Jazz ezingo Mc Coy Mrubata, Andile Yenana
M.X.O kanye nabanye abaculi beyobe beshiyelana inkundla abakuma jazz maestros & jazz collectors from jazz clubs
Leli ngelinye idili labathandi bomculo we Soul & Jazz
Ungabi nesizungu kulempelasonto ende yama Easter
Woza uhlanganyele nathi:
Soul Meets Jazz Experience
(#Phinda_Mzala)
USUKU: 31 March 2024- Easter Sunday
At The Leading Guest Farm (Margate Ext7)
In Portshepstone
ISIKHATHI: Kusukela ngehora lokuqala -(13:00)
Lapha
ITHEME YOSUKU: Sophiatown Old-School Vintage✅
Okudliwayo: Shisanyama & Traditional Food will be available onsite✅
Amathikithi atholakala kwi- Webtickets, Pick & Pay kanye nase Boxer Stores
Ukwazi kabanzi ungaxhumana noMhleli womcimbi:uThabani Mzindle 0731593090