UGugulethu Mbhele ocula umaskandi ucela usizo loku promoter umculo wakhe
UGugulethu Mbhele (25) stage name Makhwapheni wenza umculo ka Maskandi.
UGugulethu Mbhele (25) stage name Makhwapheni wenza umculo ka Maskandi.
ULuyanda Fakazi(23) owaziwza ngo Jay Cross Rsa
U-Menzi Ngcobo umethuli wezinhlo zezindaba ngaphansi omsakazo Khwezi FM kusukela ngonyaka ka2022 emva kokusebenza unyaka owodwa ngo2012. Uzalelwa KwaMashu eThwekeini ogwini lwesifundazwe kodwa inkaba yakhe iseNgudwini ngaphansi kwaseShowe. Uqede izifundo zakhe zobuntatheli ngonyaka ka2009 nokulapho waqala khona ukusebenza njengomfundi wezindaba kumsakazo oseThekwini iVIBE FM
UMengameli we Inkatha Freedom Party uMnu. Velenkosini Hlabisa,wethule iManifesto yeqembu phambi kwezinkulungwane zabamalunga kanye nabalandeli be IFP abebegcwele phama inkundla…
Izakhamizi zaseMhlasini, eVerulam kuWadi 60 zijabulele ukuvulwa kwehholo lomphakathi ngoLwesine ,lomhla ka-7 Mashi 2024.
Ngenxa yokuphazamiseka kokuqoqwa kukadoti okudalwe yisiteleka sabasebenzi esingekho emthethweni, uMasipala weTheku kuye kwadingeka ukuthi uze uvule izindawo zesikhashana zokulahla imfucuza ezibizwa ngama-landfill sites, ukuze umphakathi ukwazi ukulahla imfucuza kule ndawo mahhala.
Abafundi abangu-10 baklonyeliswe ngemifundaze inkampani yakwa-Tongaat Hulett ukuze benze izifundo zabo emkhakheni wokutshala umoba kulonyaka mali 2024/25.
Uma ungumuntu onephupho lokuthi ngelinye ilanga uyeke ukubhema ugwayi kodwa wehluleka ngenxa yokujwayela, ungabe usakhathazeka ngoba manje inkampani ebizwa nge IQOS ILUMA South Afrika isiqhamuke negajethi ongakwazi ukuyisebenzisa uma uzwa ukuthi uqalekile ubheme ngayo.
Amaphoyisa asePinetown eThekwini athungatha umkhondo wezigilamkhuba ezidubule zabulala uMnu Xolani Chili waseNewGerman ntambama ngomhlaka 13 Febhuwari ezibuyela emsebenzini. Ngokusho kokhulumela umndeni uthi uXolani udutshulwe amahlandla ayishumi nesithupha (16) eduze nesango lomuzi wakhe, kwabe kuyamenela njalo waphelela khona lapho.
IQEMBU lezepoliti Inkatha Freedom Party (IFP) iqinisekisa ukuba sohlwini lwamaqembu azovotelwa kukhetho oluzokuba mhla ziyi-29
kuNhlaba (May).