![Masivikele izingane ezincane buphele ubulwane](https://kznnamuhlanews.co.za/wp-content/uploads/2024/03/NARE.jpg)
Masivikele izingane ezincane buphele ubulwane
Sizwe sakithi sanbonani . Ake sikhulumeni ngalento ebuhlungu eyenzeka esizweni sakithi yokuthunjwa kwezingane ezincane zitholakale zidlwengulwe zabulawa. Kanti yibulwane buni lobu esesibuphila ? Zintshontshelwani izingane? Sekwabayisono ukuba nengane yentombazane ngoba ayiphephile noma iya esikoleni kumele ube nesiqiniseko sokuphepha kwayo.