January 31, 2025
Ikhishwe kabuhlungu iSundows ku CAF Champions League
Iphinde yaphula izinhliziyo zabalandeli iMamelodi Sundowns ikhishwa yi Esperance de Tunis ngo 1-0 kuma Semi Finals e-Champions League emlenzeni wesibili…
Zimhambela kahle izinto uBarker kuDSTV kulesizini SBU
MAMBA Uvunywe unyaka umqeqeshi weStellenbosch FC uSteve Barker , iStellis sidedela isibhaxu ngempela kulesizini bashaya ngisho emakilabhu amakhulu kulesizini ,…
Ithimba leziphathimandla zaseThekwini zigasele emabhizinisini aseMlazi ehlola ukugcinwa komthetho
UMasipala ube nomkhankaso wokuqinisekisa ukusebenza komthetho eMlazi lapho kuvakashelwe khona izitolo eziningi ukuze kuhlolwe ukuthi ziyayithobela yini imithetho yezempilo nezokuphepha….
UMaspala weTheku utshale uR600-million ekwakheni I Westown eShongweni
ZUKUSWA MTHANTI Alinganiselwe kwinkulungwane abantu abaqashiwe nenkampani eziwu 27 ekwakhiweni lendawo ezobe inesibhedlela esizimele ne mall ezobizwa ngeWestown square ezodala…
Ingebhe ngokuhlangana kwe-EFF nabahlali basemjondolo KwaZulu-Natal
ZETHU PHOSWA KUZOWATHWALISA kanzima amaqembu ezepolitiki KwaZulu-Natal , ukuhlangana kwenhlangano i-Economic Freedom Fighters (EFF) nenhlangano yabahlali basemjondolo. Lokhu kuvele ngesikhathi…
UNgqongqoshe uDuma wethule iAfrica Tourism Indaba ezoba ngenyanga ezayo
UMphathiswa wezokuThuthukiswa koMnotho NezeMvelo kwa-Zulu Natali uMnu. Siboniso Duma wethule ngokusemthethweni ingqungquthela yezoKuvakasha i-Africa Tourism Indaba, phecelezi i-ATI ezobanjelwa e-King…
- 1
- 2