![](https://kznnamuhlanews.co.za/wp-content/uploads/2024/05/2-2.jpg)
![](https://kznnamuhlanews.co.za/wp-content/uploads/2024/05/1-1.jpg)
![](https://kznnamuhlanews.co.za/wp-content/uploads/2024/05/3-2.jpg)
Iphinde yaphula izinhliziyo zabalandeli iMamelodi Sundowns ikhishwa yi Esperance de Tunis ngo 1-0 kuma Semi Finals e-Champions League emlenzeni wesibili obuse Loftus Versveld ngoLwesihlanu ebusuku kanti nasemlenzeni wokuqala yashaywa nge score esifanayo (1-0) okuchaza ukuthi Amasandawana ashaywe nge Agregate score ka 2-0 ngoba ishaywe ekhaya nasekuhambeni. Umqeqeshi weSundowns uRulani Mokwena ubongele i-Esperance wathi akulahlwa mbeleko ngakufelwa ,uthe bafundile emaphutheni abo bazowalungisa ngonyaka ozayo , I-Esperance izobhekana neqembu laseGibhithe iAhly Ahly kuma-finals eChampions League , I-Ahly iqumbe phansi izikhondlakhondla zaseCongo i-TP Mazembe