UMasipala weTheku ebambisene ne Microsoft, Coastal College KZN TVET College, Go Digital Foundation kanye neMoses Kotane Institute basingathe iFuture Skills Workshop ngenhloso yokucija kanye nokuthuthukisa intsha ngamakhono kweze artificial intelligence and digital arena . Lamakhono azosiza kakhulu intsha ukuthi ikwazi ukubhekana nezimo ezishintsha shintshayo kweze technology.