January 31, 2025
U-Owami Onothando Lokumodela Umatasa Ulungiselela Ukuwina u Miss EThekwini Municipality Role Model
U-Owami Sphalaphala Mthembu(7) wase Pinetown kwaNdengezi oyi finalist emncintiswaneni wokuba u Miss EThekwini Municipality Role Model unamaphupho amakhulu ngempilo yakhe….
kwethulwe ikwaya iThekwini Gospel Music Crescendos
LONDEKA HLATSHAYOUmoya wendumiso nokukhonza ubusezingeni eliphezulu ikwaya yeThekwini Gospel Crescendo icula ingoma yayo ngosuku lokwethulwa kwalo leli khwaya. Lo mcimbi…
USBUSISO MSOMI ODABUKA ENDWEDWE UNESIFISO SOKWESEKWA NGOMCULO WAKHE
USbusiso Msomi(24) waseNdwendwe ozinze endaweni yase Nanda enyakatho yeTheku owaziwa ngelika Vocalwise osendimeni yomculo we Hip-Hop ayiqala ngonyaka ka 2019…
UCelu Chonco umsunguli wenhlangano Inkosi Yabafundi Organisation ucela uxhaso emphakathini
SHEILA MHLONGO Igama lami Ngingu Celu Chonco kodwa ngaziwa ngokuthi ngiyiNkosi yabaFundi ngazalelwa eShowe kodwa ngafunda eThekwini eskoleni ngiqede 2017….
USUKU LOKUQWASHISA ABAFUNDI NGOKUBALULEKA KOKUKHETHA KAHLE IZIFUNDO EZIZOHOLELA EKUTHOLENI IMISEBENZI UMA BEQEDA UKUPHOTHULA IZIFUNDO EZIKHUNGENI ZEMFUNDO EPHAKEME
Sheila Mhlongo U-Tongaat Hulett ebambisene neQwabe Nkanini Farming Enterprise, bebehlele usuku olubizwa ngokuthi iNkanini Career Expo ukuzocijisa abafundi abafunda ezikoleni…
Kuzophenywa ngezinsolo zokuhlukunyezwa kwezingane endaweni ezigcinwa kuyo ese chartsworth
OWAMI THABETHE UNGQONGQOSHE omusha wezokuThuthukiswa koMphakathi KwaZulu-Natal, uNksz Mbali Shinga, usekhiphe umyalelo wokuthi kuphenywe ngokugcwele ngezinsolo zokuhlukunyezwa kwezingane e-Aryan Benevolent…
I-MK Party ithi izofaka kabusha icala elihoxisile
OWAMI THABETHE Iqembu loMkhonto weSizwe Party selikhiphe isitatimende lapho lizwakalise khona ukuthi isizofaka kabusha icala eliphikisa imiphumela yokhetho elihoxise ngoLwesithathu…
- 1
- 2