UCelu Chonco umsunguli wenhlangano Inkosi Yabafundi Organisation ucela uxhaso emphakathini

SHEILA MHLONGO

Igama lami Ngingu Celu Chonco kodwa ngaziwa ngokuthi ngiyiNkosi yabaFundi ngazalelwa eShowe kodwa ngafunda eThekwini eskoleni ngiqede 2017. Ngine Organisation Eyaziwa ngokuthi Inkosi Yabafundi Organisation engiyiqale ngo 2020, isiza abafundi ezikoleni abangenayo I uniform noma umfaniswano njengamanje isisize abantu abangu 50 kusukela ngo March ngoba isikade isiza abafundi ngezicathulo kuphela kodwake manje isikhulile isikwazi nokuthengela abafundi abangu 10 kanyekanye ngenxa yosizo engiluthola kubantu. Into bengfisa ningisize ngayo ukuthi abantu abanezingubo ezindala bengiphe ngifisa ukuthi bonke abafundi abadinga usizo ezikoleni bengazise nami ngyacela kubantu bengisize bengifisa nabantu bengiphe I support ngoba umfundi uma engenayo I uniform ubhekana nenkinga yokuzenyeza kwezinye izingane. Mina ezinkundleni zokuxhumana ku Facebook Inkosi Yabafundi,TikTok Inkosi Yabafundi,ku what app 0835076330 futhi ngiyafoneleka kuyo le number.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *