UMokwena ubonge uWilliams bengena kuma Semi Finals Nedbank Cup
SBU MAMBAKubukeka sengathi lizofezeka iphupho lomqeqeshi weMamelodi Sundowns uRulani Mokwenalokudla izicoco ezintathu kulesizini. Noma idlule kanzima iSundowns ku University of…
SBU MAMBAKubukeka sengathi lizofezeka iphupho lomqeqeshi weMamelodi Sundowns uRulani Mokwenalokudla izicoco ezintathu kulesizini. Noma idlule kanzima iSundowns ku University of…
Kumenywa amaCiko asafufusa emikhakheni eyahlukene ukuba angenele umncintiswano weKZN Namuhla Artists Awards 2024. Kulonyaka amaCiko awaqokwa kodwa ayamenywa bese enikezwa…
Izinsizwa zase Kapa iStellenbosch FC zibhaxabule iMilford FC ngamagoli
ayisithupha kwelilodwa (6-1)emdlalweni wabo weNedbank Cup Last 16 obuse
Princess Magogo Stadium eThekwini.
UNGAPHUTHELWA ISOUL MEETS JAZZ EXPERIENCE Lapho izingwazi zomculo we Jazz ezingo Mc Coy Mrubata, Andile Yenana M.X.O kanye nabanye abaculi …
Arts & Culture Trust (ACT) is inviting proposals from dynamic individuals to join the upcoming ACT Nyoloha Scholarship Programme (NSP) as programme facilitators/mentors. The ACT seeks programme personnel to support the NSP across four positions namely, a Visual and Digital Arts Mentor, a Performing Arts Assistant Mentor, a Stage Manager, and an Artistic Director.In partnership with Nedbank, Sun International, and the MTN Foundation SA, the ACT NSP is an undergraduate scholarship initiative designed to empower qualifying youth with opportunities to pursue tertiary education in visual and performing arts.
Kubukeka sengathi umqeqeshi osemkantshubomvu uErnest Midendorp uzoyitakula iCapetown Spurs elengela ezembeni. Lensizwa edabuka eGerman ifike ngonyaka odlule ku Spurs isimo sisibi kakhulu kuleliqembu kumbulwa kwembeswa kodwa manje kushintshile ukudla epletini iSpurs isidlala ibhola elinenkosi phakathi
Ezimnyama i-Orlando Pirates ziphinde zaba nenhlanhla yokutonyulwa neqembu elidlala esigabeni esiphansi (Motsepe Foundation) iHungry Lions. IPirates ithi izosivikela lesicoco esiwine ngesizini edlule
UMbalenhle P Mthethwa ongumsakazi kwisiteshi Ikhwezi Radio, uthi uqale ukuba nothando
lwe-Radio ngo 1997 esafunda ibanga -5.
Iqembu leNkatha Freedom Party KwaZulu-Natali selizwakalise ukukhathazeka kwalo mayelana namanani asezingeni eliphezulu emifaniswano yesikole. Lokhu kuza emuva kokuthi iningi labazali bezingane nabo bezikhalela ngamanani aphezulu lokhu okudalwa ukuthi izikole zenze izivumelwano nezitolo ezithile noma nazo izikole okugcina kuphoqa abazali ukuthi bakhokhe amanani aphezulu