![ITHEKU LIPHEZU KOKULWA NENKINGA YAMANZI NOKUCISHA KUKAGESI](https://kznnamuhlanews.co.za/wp-content/uploads/2023/01/2a68a4fc-b5f9-436b-a305-08ad7c33021b.jpg)
ITHEKU LIPHEZU KOKULWA NENKINGA YAMANZI NOKUCISHA KUKAGESI
ITheku liphezu kokulwa nenkinga yamanzi kanye nokucisha kukagesi. lokhu kuza emva kokuthi amakhulu ezinkulungwane zezakhamizi zaKwaZulu-Natali bengenawo amanzi njengoba izinjini…
ITheku liphezu kokulwa nenkinga yamanzi kanye nokucisha kukagesi. lokhu kuza emva kokuthi amakhulu ezinkulungwane zezakhamizi zaKwaZulu-Natali bengenawo amanzi njengoba izinjini…
UBhishobhi uVusi Dube webandla iThekwini Community Church ophinde abe ilunga elihloniphekile lesiShayamthetho saKwaZulu-Natali ubonge amalunga ebandla lakhe Kanye nosomabhizinisi abeseke lelibandla ngokulixhasa ngezimali. Lokhu uDube ukusho ngesikhathi kuqhubeka umcimbi wesidlo sakusihlwa owabe ubanjelwe eAha Gateway Hotel eMhlanga ngeSonto lomhlaka 4 Disemba.
IThimba lezakhamizi zaseNsimbini sebezibambele bona mathupha ukwenza ushintsho ngokwakha amaToilets endaweni, lokhu kulandela ukuthi kuke kwabikwa ngobugebengu kulendawo okuyinto egcine isukunyelwa iThimba elizibiza ngokuthi ‘SILUNGISA UK’HLALA FOUNDATION.’
UMlazi Mega City umemezele ithuba lomncintiswano ka-R300 000 kosomabhizinisi abasafufusa. Ngonyaka odlule kwethulwe uhlelo lweMlazi Mega City (UMC) Seed lapho uNolwazi wakwa-B section nomnikazi we Balloons Express wathola u-R300 000 wokuqala ibhizinisi.
Lomsakazo usungulwe uNkk. Thandeka Madlala Khathi ngenxa yokubona ukwentuleka kwabesimame nentsha yasemphakathini kwimikhakha yezamabhizinisi.Wabona kuyisu elihle ukuvula umsakazo lapho ezobiza khona abesimame nentsha abazokhangisa amabhizinisi abo aphinde afundise nalabo abanentshisekelo yokuqala amabhizinisi.
Owasungula inkampani iBOTHODIGITAL AGENCY (PTY) LTD ngo-2020 i-ejensi egxile ekwenziweni komkhiqizo nokuthuthukiswa kwemikhiqizo yamabhizinisi amancane ngamasu okuwasiza aphumelele uMnu. Nhlakanipho Tsele, usebenzela ekhaya kusukela baphazanyiswa ubhubhane i-Covid-19 kepha uyethembisa ukuthi bazobuyela ehhovisi ngonyaka ozayo.
ABAKWA-ENGEN Community Computer School basiza ngamakhono ezeComputer ukuze intsha ithole amathuba angcono okuqashwa, isihlanganise abafundi abawu-70 bonke abahlali base-South Durban baneziqu zabo eziyisisekelo ezikhulisa amathuba abo okuthola imisebenzi.
UMNOTHO wasemalokishini aseNingizimu Afrika ilinganiselwa kuR100 billion imali ongase uyifake emkhiqizweni wezwe. Njengengxenye yokuzibophezela kwe-Nedbank ekwesekeni ukukhula okuqhubekayo kwalo mkhakha wezomnotho obalulekile ibhange lizosebenza ngokuhlanganyela neTownship Entrepreneurship Alliance (TEA) ukusiza ukukhuthaza ukuthuthukiswa kosomabhizinisi emalokishini.