![UThembelani Sithebe ucela abaxhasi abazomulekelela ngoxhaso lwemali](https://kznnamuhlanews.co.za/wp-content/uploads/2023/02/91370b2d-52f4-4070-9359-2f8cd8af0c12-600x400.jpg)
UThembelani Sithebe ucela abaxhasi abazomulekelela ngoxhaso lwemali
UThembinkosi Sithebe odabuka eLadysmith eMbulwane endinemi yomculo ungene ngonyaka ka2018 enza umculo we-Afro pop ngegama lika SK Keeller.
UThembinkosi Sithebe odabuka eLadysmith eMbulwane endinemi yomculo ungene ngonyaka ka2018 enza umculo we-Afro pop ngegama lika SK Keeller.
USphamandla Mtshali(24) odabuka eBhamshela Kwamathambo kodwa oseThekwini eSydenham eHeight ngokokuhlala ungene endimeni yezomculo ngonyaka ka2012 ecula umculo weHip-Hop oyi Soul Trap kanti eseke wakwazi ukuqopha i-EP eyayinesihloko esithi “KHANYISA”.
UMfundo Sibidla (28) waseChesterville e-Externtion1 ungene endimeni yezomculo ngonyaka ka 2009 enza umculo weHip-Hop ngeStage name sika Omani Rail.
Inhlangano yebhola yaseNingizimu Afrika (SAFA) ithi ifisa ukusho ukuthi asikho isinqumo esingujuqu esithathiwe mayelana nokubamba iqhaza kweBanyana Banyana kwi-Turkish Women’s Cup yale nyanga.
UNgqongqoshe wezokuThuthukiswa koMphakathi uNksz. Lindiwe Zulu, ngenyanga kaFebhuwari ubenomkhankaso wokuhlangana nabahlomuli bezibonelelo zikahulumeni abaphumelele uMatric ka-2022.
UMengameli wezwe uMnu. Cyril Ramaphosa umemezele ukuthi uyaqhubeka umsebenzi wokusungulwa kwesibonelelo semali yabangasebenzi – Basic Income Support Grant (BIS) okuhloswe ngayo ukulekelela abangaphansi kwezinkinga zezimali.
Cishe kwaphuma isidumbu esikoleni kubangwa amadeski, kusolwa ukushanywa kukathisha waKwa-Zulu-Natali ngesikhathi ezama ukungenelela empini equbuke phakathi kwabafundi ngenxa yokushoda kwamadeski.
Imibono yomphakathi mayelana nenkulumo eyethulwe uMengameli wezwe uMnu. Cyril Ramaphosa ayethule ese-Cape Town mhla ziwu 09 kuFebhuwari ngesikhathi kuvulwa ngokusemthethweni iPhalamde, abantu babe sebebeka imibono yabo mayelana nenkulumo ayidlulisile esizweni abanye bakhombise ukungamethembi kanti abanye bakhombise ukumethemba basho kanje:
Izikhulu zoMnyango wabeSifazane, Intsha kanye Nabantu Abaphila Nokukhubazeka (DWYPD) zibambe iqhaza emhlanganweni wokucobelelana ngolwazi wezinsuku ezintathu okuhloswe ngawo ukuthuthukisa izinga lokulethwa kwezidingo kubantu abakhubazekile. Umhlangano wokucobelelana ngolwazi osanda kubanjwa ubuxhaswe yi-United Nations Population Fund (UNFPA) -eyokulingana, ukubandakanywa kwabakhubazekile ,imithetho , ukuhlela nokwabiwa kwezimali, ukuqapha nokuhlola ngezinye zezinto okukhulunywe ngazo.
IMeya yeTheku ihlele ukuxazulula izinkinga zamanzi esibhedlela saseMlazi iPrince Mshiyeni Memorial ekuqaleni kwenyanga kaFebhuwari. UKaunda uhambele lesibhedlela ukuyoxoxisana nabaphathi ngezinkinga zamanzi ezidalwe ukuqhuma kwepayipi eMlazi.