UMpilonhle Gasa ucela abantu beseke amabhizinisi akhe

UMpilonhle Gasa (20) okhulele e-Eatsern Cape kodwa osehlala eThekwini, eCornubia flats ungumsunguli webhizinisi legama lezimpahla zokugqoka iNotice clothes kanye nelamanzi aziwa ngeNotice still water.

Ezikhulumela ngokwakhe  uthe ukwenza umsebenzi wezingubo zokugqoka ngiqale ngonyaka ka-2018 ngifunda uGrade9, ngaqhamuka negama elithi Notice Clothes ngoba vele uMr Notice igama lami kuthe ngonyaka ka-2022 ngasungula iNotice still water campaign kwagcina sekuyibhizinisi langampela

Uthe uyafisa umphakathi umeseke emsebenzini ayenzeyo kanti uthanda ukuphinda awazise ukuthi maduzane uzovula iBarbershop ezoba seqophelweni eliphezulu futhi ezobe yenza umsebenzi omuhle ngale ndlela ukuqinisekisile ukuthi mhla eyivula ngokusemthethweni iBarbershop uyo posta ezinkundleni zakhe zokuxhumana ukuze abantu babone nabathandayo ukumuxhasa bayihambele.

Uma ufisa ukuxhumana no Mr Notice ungamushayela kule nombolo: 069 445 3010, Whatsapp: 069 503 8953 okanye umulandele ezindleni zokuxhumana Facebook: Notice clothing / Noticestillwater, ku Instagram: @noticeClothingbrand.