![Izinyunyana zikhala ngezimfanelo zothisha bakwaGrade R](https://kznnamuhlanews.co.za/wp-content/uploads/2023/04/SADTU-531x400.png)
Izinyunyana zikhala ngezimfanelo zothisha bakwaGrade R
Ziyakhala izinyunyana zothisha kuleli ngokungasheshi kohlelo lokuqinisekisa ukuthi othisha abafundisa uGrade R, bathola zonke izimfanelo njengabanye othisha. Izinyunyana iNatu neSadtu zikhala ngokuthi eminye iminyango yezemfundo ezifundazweni, iyagoloza ukuqasha labo thisha