Kwethulwe umjaho we Boxer Super Run ezoba ngomhlaka 15 Okthoba

NgoLwesihlanu lomhlaka 04 Agasti kwethulwe umjaho we Boxer Super Run ewu 5KM ozoba ngeSonto lomhlaka 15 Okthoba 2023, khona lapha eThekwini. Lomjaho uxhaswe ngokubambisana abakwaBoxer Superstores, Still water Sports, kanye nabakwaCoca Cola. Kuwon kubhekeke ukuthi kuqhudelane bonke abathandi bomdlalo womgijimo abancane nabadala.

Ngalomjaho abakwaBoxer Super Store baqonde ukukhuthaza uthando lokugijima kubobonke abantu abangabagijimi kanye nakulabo abagijimela ukuzivocavoca bengapbheke nkokhelo noma ukuwina.

 “UBoxer ujabule kakhulu ukwethula lomjaho weBoxer Super Run”. Kusho  Lee-Ann Pillay, Boxer Superstores Head of Department: Marketing.” Ophinde wathi ufisa ukukhuthaza abantu abathanda ukugijima ukuthi baqale  bathenge amathikithi alomjaho ka 5KM angaze aphele ngenani lika R100

Kulomjaho kuzobe kukhona nezinswephe zabagijimi abakhokhelwayo (professional runners) ka 5km kanye no 10km.ezifana no Glerose Xaba (28) kanye no Kabelo Seboko (25).

Imininigwane yomjaho nasi ngezansi:

  • Ujaho uqala ekuseni ngehora lesikhombisa- 7:00 9Open Wave (Anyone and everyone, club runners, serious runners, schools, runners who prefer an early start, masses)
  • 08:00 – 09:30 / SUPER SOCIAL WAVE (Dress up, groups, company groups, charities, runners who prefer a slightly later start)
  • 09:45 / ELITE WOMEN
  • 10:00 / ELITE MEN
  • Facebook: Boxer Superstores / Boxer Super Run 5K
  • Instagram: @boxer_superstores / @boxer_superun5k
  • Website:  www.stillwatersports.com