![UJojiwabantu Ngcobo ubonga impumelelo yomcimbi wokukhuthaza abantu abasha](https://kznnamuhlanews.co.za/wp-content/uploads/2023/08/Untitled-1.jpg)
UJojiwabantu Ngcobo ubonga impumelelo yomcimbi wokukhuthaza abantu abasha
UJojiwabantu Ngcobo wenhlangano iSTS Youth Organisation ezinze Embo usethumelele iphephandaba lomphakathi iKZN Namuhla isitatimende lapho ezwakalalisa izindaba ezimnandi zokubonga impumelelo yomcimbi wokukhuthaza intsha obubanjelwe Kwandaya EMAKETHE khona Embo ngomhlaka 24 Juni.