![Aseqhathiwe azobanga isicoco se-Carling Cup emva kokuphuma kwe Sundowns ne Chiefs](https://kznnamuhlanews.co.za/wp-content/uploads/2023/10/Aseqhathiwe-azobanga-isicoco-seCarling-pic-600x400.jpg)
Aseqhathiwe azobanga isicoco se-Carling Cup emva kokuphuma kwe Sundowns ne Chiefs
Imidlalo yama-quarter-final yeCarling Knockout Cup ka-2023/24 isiqinisekisiwe ngemuva kokuqhathwa kwamaqembu eTshwane ngeSonto mhlaka 22 October eTshwane.
Imidlalo yama-quarter-final yeCarling Knockout Cup ka-2023/24 isiqinisekisiwe ngemuva kokuqhathwa kwamaqembu eTshwane ngeSonto mhlaka 22 October eTshwane.
ITheku libambe imidlalo yamazwe angaphansi komfelandawonye weBrics.Lemidlalo ibiseqophelweni eliphezulu isingathwe nayizikhulu zikahulumeni okubalwa kuzo umphathiswa wezeMidlalo eNingizimu Africa uMnu. Zizi Kodwa, uNdunankulu waKwaZulu-Natali uNkk Nomusa Dube-Ncube kanye no Ngqongqoshe wezeziMali KwaZulu-Natali uNkk Peggy Nkonyeni..
Intokazi esencane uNolwandle Nqoko ogabe ngezwi elimtoti ngomhlaka 20 October 2023 yethule ngokusemthethweni ingoma entsha ethi “Kungumusa”
uNolwandle Nqoko uqhamuka emndenini wamaciko okubalwa kuwo oBheki Nqoko oyisihlabani kwindima yezomculo.Ukuqale ukucula esemabangeni aphansi eyingxenye yekhwaya yesikole ehamba phambili njengomculi.
Intokazi esencane Asanda Mzoboshe (27) owaziwa ngelikaMamfundisi waseThekwini odabuka Eastern Cape elokishini elikhulu elaziwa ngeNomlacu unephupho lokushintsha izimpilo zabantu esebenzisa umsakazo.
Insizwa yase Mfume Mission uSanele Mbambo ongumdweni ukhala ngosizo njengoba efisa nokuthi umsebenzi wakhe wezandla uthengise ukuze akwazi ukuthenga aphinde akwazi nokubhekela umndeni wakhe.
Ube yimpumelelo umcimbi wokwethula icwecwe elisha lika Thwasa lekhansela endaweni yaseThekwini emazitembisini
Ngomhlaka 30 Septhemba osomabhizinsi bathole ithuba lokudayisa ngosuku olwaziwa ngeUmlazi Market Day KwaMnyandu Light Industrial Hub
Bahlomule lukhulu abahwebi basendaweni yaKwaDabeka ngesikhathi kunomhlangano wokucobelelana ngolwazi obumayelana nenhlanzeko yokudla nokuphepha obuholwa wuMasipala weTheku. Inhloso yalo mhlangano bekuwukuqinisekisa ukuthi imithetho yebhizinisi ebalulekile iyathotshelwa. Bangaphezu kuka-30 abanikazi bamabhizinisi, okuhlanganisa abawasha izimoto, abanikazi bama-tuckshop, nabaphakayo, abebehambele lo mhlangano wokucobelelana ngolwazi.
NKOSIE NTOMBELA
UKwanele Mnisi wase Mgababa oqale ibhizinisi elingajwayelekile lokuwasha amateku uthi kwamusiza ukuthola umsebenzi esitolo esidayisa amateku okuyilapho kwazalwa khona iphupho lenkampani yakhe ewasha amateku I Wash with Kay Master.
Abechichima injabulo amalunga omphakathi waseFannin eClermont, kuWadi 92, ngesikhathi uSihlalo weKomidi lezokuHlaliswa kwaBantu kule Wadi, uThembani Luthuli, enikezela ngezindlu emindenini emibili. Lezi zindlu zakhiwe ngaphansi kwesigaba sesibili sohlelo iWest Storm Disaster Housing Project 2019. Ngokusho kolwazi olucashunwe ekhasini lika Facebook kaMasipala weTheku sithi, zikhona nezinye izindlu ezizonikezelwa kubanikazi bazo maduzane.