![UPhinda Zungu owenza umculo we Gqom Tech usezinhlelweni zokukhipha iEP yakhe entsha](https://kznnamuhlanews.co.za/wp-content/uploads/2023/10/UPHINDA-OWENZA-UMCULO-WEGQOM-TECHpic-1-600x400.jpeg)
UPhinda Zungu owenza umculo we Gqom Tech usezinhlelweni zokukhipha iEP yakhe entsha
SHEILA MHLONGO
Phinda Zungu (20) odume ngelika ProMax Music owenza umculo we Gqom Tech, afro House kanye namAmapiano, uzalelwe eMlazi esigcemeni sakwa H kanti namanje utholakala khona.