SHEILA MHLONGO
Phinda Zungu (20) odume ngelika ProMax Music owenza umculo we Gqom Tech, afro House kanye namAmapiano, uzalelwe eMlazi esigcemeni sakwa H kanti namanje utholakala khona.
uqale ngo 2016 enza u Grade 8 e Qhilika High ukungena endimeni yezomculo.
Usekhiphe ama singles awu 2 ezithi “Ngise Ghetto”, Kanye nethi “Umkhuleko” futhi ziyatholakala kuwo wonke ama streaming platforms.
“Ngifisa abantu bazi njengamanje ngihlela uku khipha I EP yam I “Manzini EP” engisebenzisane nabanye ozakwethu abasebancane abe thalente eliyisimanga
ngifisa ukuxhaswa ngezezimali ukuze ngizokwazi ukuth umculo wami ugcine ufike ezindlebeni zabantu abathanda umculo we House”.Kusho yena.
UPhinda uyatholakala kuwo wonke ama digital platforms ikakhulukazi u Spotify , YouTube music & Audiomack. Instagram: @promax_musicFacebook :ProMax Music TikTok : @promaxmusic
Twitter : ProMax Music

