Kusweleke Indawo yokunyathela emcimbini wokwethula  icwecwe lika Thwasa lekhansela 

SANELISIWE MTHEMBU IMBONGI

Ube yimpumelelo umcimbi wokwethula icwecwe elisha lika Thwasa lekhansela endaweni yaseThekwini emazitembisini

Isimanga sothando abantu abalukhombise iqhawe elihlonishwa kakhulu endimeni kamskadi u thwasa lekhansela bathe abathandi bomuculo Kanye nabaculi imvula inkomba yokuthi uThwasa lekhansela uyisibuko sabaculi bamaskadi bayithokozelile kaghulu   bezisina zidedelane abaculi benandisa abalandeli bethokozile 

Bekukhona nama organization ahlukahluken bathe bazo meseka uThwasa ngoba ungumuntu ekusebenzekay naye nokwaziyo uku supporta amanye amaciko kulendima ,uhlonishwe ngezindodo ama ezintathu best male artist best khumbuza and best promote ehloniswa I HAMA okwi organization yase pmb okhulumele I organization uthe uThwasa lekhansela usebenza kanzima ngokuzikhandla aphinde anike nabanye omaskadi ithuba abasafisa ukuvela waphinde wabongwa ithuba elihle ecd foundation ngesitifikit bethi nabo wisbonelo esihle 

Abanandisi ebebekhona amatshitshi,Gadla nxumalo amabhulet Solwazi imbongolo mudemude mxhaphazwa lagxabha Kanye nabanye 

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *