UMeluleki Phakathi(21) odume ngelika Parks Imbongi, uhlala Ophongolo, uthi uqale kulendima yokuhaya izinkondlo ngonyaka ka 2016, kanti usebhale inqwaba yezinkondlo.
Uthi okusha afisa ukuthi abantu bekwazi ngaye ukuthi useala ukungena emicimbini emikhulu kakhulu ngenxa yomsebenzi wakhe omuhle othandwa ngabantu, futhi bathanda indlela abhala ngayo nahaya ngayo ngokuhlukile kwezinye izimbongi kanti ikakhulukazi babuye bathande umlayezo awucingwa Kodwa uyazivelela okusho ukuthi uma ebhala abantu bashiyeka nezifundo futhi okuyinto abayaziyo nesuke ithinta wonke umuntu emoyeni.
“Ngakho ke okusha engifisa abantu bakwazi ukuthi sengize ngakwazi ukuthi ngingene emicimbini emikhulu njenge Gatsheni Music Festival neminye imicimbi emikhulu esezingeni.
Ayikho into engifisa ukusizwa ngayo Kodwa mina ngifuna ukusiza.Ngisize izimbongi zaso Phongolo ezisabhekana nobunzima kulendima nganoma ngabe ngayiphi indlela ababhekana nobunzima ngayo ngokuthi ngibacobelele ngolwazana lwami enginalo nengikholelwa ekutheni luyangisebenzela ukuze ngibe sematheni njengoba ngenza kahle kakhulu nje kulezinsuku.
Umsebenzi wami utholakala ku YouTube naku TikTok ngu Pharks imbongi Tik Tok kanti naku WhatsApp nakhona umsebenzi uyaphushwa kule nombolo 060 657 0846 abantu bengaxhumana nami angizibani
Facebook ngu Pharks imbongi Wamagama—-Whatsapp kule nombolo 060 657 0846 ku Tik Tok ngu Pharks imbongi Tik Tok”. Ephetha.