SHEILA MHLONGO
USkhumbuzo Zikhali (31) odume ngelika Tsepo Zikhali oyi Gospel artist, ungowase
Ngwelezane kodwa wakhulela eMhlabuyalingana endaweni yase Mbazwana lapho ehlala khona manje.
Uthi uqale endimeni yomculo ngonyaka ka 2015. Usenayo ne Album etholakala Online
isihloko sayo sithi IVANGELI LAKUDALA kanye ne single esihloko sayo sithi UMKHULEKO WAMI NKOSI.
“Engifisa abantu bakwazi ukuthi ngizokhipha ingoma entsha i single ezotholakala kuzo zonke izitolo zomculo esihloko sayo sithi BAYAZIBUZA ABANTU makuphela le nyanga.
Njengeciko elisakhula ngifisa ukusizwa ukuthi ngikwaz ukuthola ama gig amakhulu
Nokuthi ngi bookwe kwa Maspala ngyakholwa ukuthi engikutholayo lapho kuzongisiza ukuthi ngiqhubekele phambili nami ngikhule. Uma ungidinga ukung book ngyatholakala kwi email :wonderboyskhumbuzo4@gmail.com noma ufonele ku 0760912311 noma ungi whatsappe Likhona i page lami ungangi follow ku Tsepo Zikhali Page i account Tsepo Zikhali”. ephetha