SHEILA MHLONGO
Inhlangano ebhekele ezokhetho kuleli Independent Electoral Commission (IEC) isikhiphe isitatimende lapho ibike khona ukuthi ikwazile ukubhalisa abantu ababalelwa ngaphezu kwe Million ngempumelelo, ngesikhathi iqhuba umsebenzi wayo ngempelasonto yangomhlaka 18-19 Novemba 2023.
Zibalelwa ku our 23 296 izikhungo ze Independent Electoral Commission Suth Africa (IEC) kanti babalelwa ku 100,000 abavoti ababhalise online kanti bangu 40,000 izicelo zabo eziphumelele, nakuba kusekhona okumele kulungiswe imiinigwane yabo ukuze ziqhubeke ngempumelelo izicelo zabo . Ukungaphumeleli kokubhaliswa kwabanye kudalwe izizathu ezahlukene okubalwa imininigwane yomuntu esepasini, kodwa konke lokhu abe IEC bayakulungisa.
Siphetha isitatimende sithi abe IEC babonge bonke abantu baseNingizimu Afrika ngokuphuma ngobuningi babo beyobhalisa ezikhungweni zeIEC kanye nalabo ababhalise online- SANews.gov.za