Bekukuhle kudelile iHlengimpilo Full Service School, eMzinyathi iklomelisa abafundi

IZITHOMBE SITHUNYELWE UMS BONGIWE MSOMI

Bekukuhle kudelile iHlengimpilo Full Service School, eMzinyathi yenze umcimbi wokuklomelisa abafundi abenze kahle ngenhloso yokubanika ugqozi. Abafundi abenze kahle  baklonyeliswe  ngezitifiketi nangezindondo.okubalwa Top 3 in all grade Top Achievers ezifundweni zonke,DUX Awards, Sports –Soccer, netball althletics kanye ne sports woman ne sports women of the year. Kanti obashaye bonke emakhanda uLungile Khumalo owenza uGrade 7

Uthishanhloko u Mnu.Simphiwe Mpungose ehlangene nabazali ,othisha kanye nezingane bajabule kakhulu ngalomcimbi obe impumelolelo obuqala okwenzeka onyakeni ka 2023 busuqalile ngamathemu one ukukhuthaza izingane ukuthi ziphumelele ezifundweni nakumakhono aka sports nokunye…syabonga silindele

lukhulu ku2024 #Thanks giving prize 2023!

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *