UAthenkosi Ndikinda (23) omeneja umculo we Hip-hop aphinde abe umphathi we Inkanyamba Records ,Lensizwa ezalelwe eDutywa eMpumakolini kodwa isizinze e Rhawutini.Kulenkaphani yakhe useqalile wasayinda amaciko amabili.”Ngifisa ukuthi abantu bazi ukuthi nginenkaphani futhi bangeseke ukuze ngikhule,njengemenenja yalenkaphani ngisiza ukuqhakambisa amakhono abantu abasakhula ngibavulele iminyango abangakhoni ukufinyelela kuwo.Ngifisa ukuthola uxhaso nge marketing budge ezongilekelela ngisize inkaphani ikhule kanye namaciko afisa ukulola amakhono awo aphinde enze amaphupho awo afezeke.”Athenkosi Umculo oqoshwe ngaphansi kwalenkampani I Inkanyamba Records uyatholakala kuzozonke izindawo ezithengisa umculo kwi internet uma u search ngegama elithi “Inkanyamba Record “ or u search uAphiweRSA ,Pronator noma uFoxy okuyiwona amaciko asayindwe ngaphansi kwenkampani Inkanyamba Records .UAthenkosi uyatholakal a ezinkundleni zokuxhumana @Inkanyamba Records EC inombolo yocingo 0603027151 I email address inkanyambarecords@gmail.com
UAthenkosi Ndikinda oyimenenja esencane yenkaphani yokuqopha ufisa uxhaso lwe marketing budget
![](https://kznnamuhlanews.co.za/wp-content/uploads/2023/12/UAthenkosi-Ndikinda-ufisa-uxhaso.pic-1.jpg)