USenzo Mkhambaphi ufisa ukuthola inkampani Africa umculi wama piano onekhono eliyisimanga

MINENHLE MHLONGO USenzo Mkhambaphi owaziwa ngelika Genuis trapkid (26)  ozalelwe e Eastern cape eMount Frere kodwa osezinze egoli ngokuyozama impilo owenza umculo wamapiano ophinde abe yi ghost writer kanye no producer .Lensizwa esihlomule ngendondo  kuma SAUMA awards winning artists .Uqale ukuba nothando lomculo esaseskoleni lapho ayeyilunga le school choir nokuthe ngonyaka ka 2021 ube esebona ukuthi umkhakha iwona afuna ukuwuthatha waqala waqopha izingoma .ekuqaleni kwalonyaka ukhiphe icwecwe ingoma kanye no music video ethi ‘Thixo’ nedla ubhedu ngoba igijima ku 101k= wama views kanti iyavela nakumabonakude DSTV Channel O kulengoma usebenze no Mac RSA .Lengoma yiyo emubekephezulu wathola umklomelo wendodo kumcimbi wama wards obuse aBraamfontein  lelicwecwe liphinde ladalwa kakhlu emsakazweni yomphakathi  Kasie FM ,Alfred Nzo FM ukubala nje emibalwa. “Ngifisa ukuthola uxhaso  njegomculi ozimele  ngokuthi ngithole ideal kwenye yezinkaphani ezinkulu eAfrika  ebizwa ngokuthi yi-Electromode ingroove  Africa futhi ngifisa ukuthola I artist booking agency & artist management agency.Okokugcina ngicela ukuxhaswa ngokuthi abantu balalele umculo wami kuma digital platforms” Senzo

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *