MINENHLE MHLONGO
USiyabulela (32) owaziwa kakhulu ngelika Mgqilazi okhulele endaweni yase Matise kwaMadiba Ebizana kodwa ozinze eThwekwini ngesimo sokuzama isinkwa .
USiyabulela uqale ukuba sendimeni kamaskandi ngonyaka ka 2022 okuyilapho aba khona ne album yakhe yokuqala neEkhayalethu Studio enezingoma ezishisa bhe eziyi shumi(10) .Ube esephindake wenza enye I Album naso phela istudio sodumo I Ekhayalethu studio , le ulbum ke enezingoma eziyingamashumi amabili nambili.Lensizwa isicule emcimbini emningi emkhulu,iculile kwi PAT Nkonyeni Celebration ebingo Ncwaba (August) kuwo lonyaka ukubala nje ambalwa. uSiyabulela ube esesilandisa futhi nokuthi uhlabane ngendodo kumncintiswano ebekade ewungenele wama National Amaciko Engoma Awards njengomculi kamaskandi ovelele.USiyabulela uyatholakala ezinkundleni zokuxhumana ku facebook ungu @magqilaza ishangani kanti inombolo ka whatspp ithi 063 312 9549