Idolobha leTheku lizobe liqashwe ngeso lokhozi kulamaholidi okuphela konyaka
IMeya yeTheku ukhansela Mxolisi Kaunda uzwakalise ukuthi nakanjani bazoyinqoba inkinga yezenzo zobugebengu edolobheni, lokhu, kuza ngemuva kokuthi ngomhlaka 5 Disemba, iMeya ihambele indawo lapho kugcinwa khona amakhamera (CCTV camera control room) okuqapha izitaladi zedolobha