![Idolobha leTheku lizobe liqashwe ngeso lokhozi kulamaholidi okuphela konyaka](https://kznnamuhlanews.co.za/wp-content/uploads/2023/12/ITHEKU-LIZOBE-LIQASHWE-NGESO-LOKHOZI-PIC-600x400.jpg)
Idolobha leTheku lizobe liqashwe ngeso lokhozi kulamaholidi okuphela konyaka
IMeya yeTheku ukhansela Mxolisi Kaunda uzwakalise ukuthi nakanjani bazoyinqoba inkinga yezenzo zobugebengu edolobheni, lokhu, kuza ngemuva kokuthi ngomhlaka 5 Disemba, iMeya ihambele indawo lapho kugcinwa khona amakhamera (CCTV camera control room) okuqapha izitaladi zedolobha