UNkosiyazi Mncube owenza umculo we Hip Hop ufisa ukuxhaswa ngokwenza iMusic Vidoe yakhe aphinde aqashwe emicimbini

UNkosiyazi Mncube (31) odume ngelika Big Hit owenza umculo we Hip hop. Imvelaphi yami ise Eastern Cape ngoku ngihlala  eDurban eNanda ezimangweni lapho ngitholakala khona manje.

Ngiqale ngo 2013 ukwenza umculo yebo ngake ngawukhipha okusha engfisa kuthi abantu bangazi ngakho ukuba khiphela izingoma ezimnandi njengozothando Kanye nokunye

Okunye engifisa ukusizwa ngakho kuthi ngikwazi ukushutha u music video Kanye nokwenza ama event endawen ezihlukeni ngikwazi ukuvundulula amakhono abantu

Umsebenzi wami utholakala kwi link Lena(https:// usaupload.com/file/4Sgi/Cyazie_ft_Syanda_&Lady_killa-Mabathule.Mp3 10- imininingwane yami WhatsApp 0633498686 Or call. 0633498686/0848257515

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *