Intombi yeKhaladi ifisa ukuba umsakazi eziteshini ezinkulu ezifana noKhozi FM

UNompumelelo Sthembile Nzima Odume ngeGama Lika-Sharon Intombi Ye Coloured Ongumculi wesgospel Maskand NamaPiano Wakhipha 2019 Album Isihloko: Ungibhekile  Waphinda Wakhipha Ngonyaka Ka 2022 Single YamaPiano Ishloko:PHANDA Eyaduma kakhulu yaze yaqokwakuma  MBF (Awacebe Amaciko noMLWAZET  yadla umhlanganiso yawina   kwi Best Upcoming Amapiano  Waphinda ngawo unyaka 2022-Disemba Wakhipha EP Isihloko Lishonile Ilanga  Eza Kahle Kakhulu  kuYoutube  waphinda wakhipha iSingle ngo 2023 esihloko Summer Time Sharon Intombi Ye Coloured Ft DaMoose & Bobzin.  

usengumsakazi we Abusekho UBUNZIMA CHRISTIAN RADIO  wenza Uhlelo lwe Weekend Chillout ngeMgqibelo  phakathi kuka 9am -12 Emini.

Ngelinye uSharon uthi uyafisa ukuba Umsakazi  ovelele  eziteshini  ezinkulu okungaba  Vuma FM, Igagasi FM noma Ukhozi FM ukuze ashintshe impilo yakhe nesimo sasekhaya

USharon uthi ufisa ukuthola uxhaso njengoba kunzima ukuthola umsebenzi, Uthanda ukubonga bonke abalandeli bakhe abamqoka bamuvotela ku Mzansi Traditional Cultural Music Award Owanqoba Wathola Award As best  female Artist waqokwa futhi kuma KZN Namuhla Newspaper Special Award kwi Best female Presenter.

Ngaziwinela indodo loko okusho lukhulu kimi nokuthi ngikwazi ukukholelwa kimi . Kulonyaka omusha kuningi engikufisayo kulendima kaqeda isizungu umabona kude njengoba ngenza izifundo ze Acting.   

Okwamanje uthi ucela ukwesekwa njengoba esephinde waqokwa Ku TATA TEMBISILE & THANDIE AWARD Best Radio Personality.

Umculo Wakhe uyatholaka kuzitebela Zonke Sharon Intombi  Ye Coloured  kanti Ungamlandela kuzo Zonke inkundla Zokuxhumana…… Sharon intombi Ye Coloured   Ukumubooker ushayela lenombolo (0718766414)

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *