Umculi kaMaskandi kanye ne Afro Pop owaqopha umlando ewina izindondo ezine ukhuthaza amaCiko ukuthi angenele iKZN Namuhla Artists Awards 2024

Igama lami nginguSphesihle Mthembu, iStage Name sami ngingu
Bhunu Leplazi. Kuyangithokozisa ukuthi kulomyaka singamaCiko
sesiphinde sanikwa elinye ithuba lokungenela umncintiswano we
KZN Namuhla Artists Awards 2024 ohambisana nomklomelo ongu
kheshi (Cash Prize) siphinde sithole izindondo kanye nezitifiketi
kuye ngokwamavoti ethu.

Ngikhuthaza amaCiko ukuthi angayeki ukuthatha lelithuba
lokungenela lomncintiswano obaluleke kangaka, ngoba nami
sekukhuphule iProfile yami futhi sengikwazi nokuthola amathuba
okuphefoma emicimbini eminingi. ngiphinde ngibonge noMhleli
wawo.
Ukungenela kubiza uR250. Kanti amaVoti wona abiza uR2 ofakwa
ebhange. Okuningi ke seningakuthola enombolweni kaMhleli
uMama uSheila Mhlongo: 076 390 6969(What’s App) noma 079 467
9297 nicele uSbu.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *