![](https://kznnamuhlanews.co.za/wp-content/uploads/2024/04/image-20.png)
UZandile Myeza ongumculi weGospel (53)uzalelwe eMbumbulu Kodwa manje
uzinze welbedacht Chatsworth, ungene endimeni yezomculo ngonyaka ka 2006.
Uthi udlule ezintweni eziningi ezinzima empilweni yakhe eshonelwa aphinde
alahlekelwe ingane yakhe kanye nokunye okuningi, okuyikho okumenze waqopha
ingoma yakhe entsha ayiphusha ngisho ku Instagram ethi ‘Ngidlule ezintweni
ezinzima.’ kanti sezizonke izingoma aseziqophile zibalelwa ku 13 sezizonke.
Ngifisa abalandeli bami kanye nomphakathi wonkana ungiseke emsebenzini wami
womculo wokholo ngokuthi ungimeme ezinkonzweni noma emcimbini.” kusho yena
uZandile.
UZandile utholakalanga ku Instagram:0789326645
UZandile utholakala kulenamba 0789326645.