Seluliwe isikhathi sokubhaliswa kwamaCiko angenela owe KZN Namuhla Artists Awards 2024 kuze kube umhlaka 30 June 2024

UMhleli usethathe isinqumo sokwelulwa kokubhaliswa kwamaCiko afuna ukungenela mncintiswano we- KZN Namuhla Artists Awards 2024  kanti kwaziswa lawo asafisa ukungenela ukuthi aphuthume abhalise ngoba sekusele izinsuku ezilishumi kuphela ukuthi kuvalwe, bese kuqhubeka ukuvotelwa kwalawo asekwazile ukuthi  abhalise kulezinyanga ezedlule.

  • Ukuvalwa kokuvota kuyoba ngomhlaka 15 August 2024
  • Umcimbi uyoba ngoMgqibelo womhlaka 7 September 2024 endaweni eyokwaziswa.

Ngakho kumenywa amaCiko avela ezingxenyeni zonke ze KwaZulu-Natali kanye nakwezinye izifundazwe zakuleli amukelekile ukungenela.

Ukwazi kabanzi kungaxhunyanwa noMhleli umama uSheila Mhlongo kuWhats App number :076 887 8136 noma 079 467 9297. Email:editor.kznnews@gmail.com

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *