IPhephandaba lomphakathi limema umphakathi ongabathandi bobuciko kanye nomculo ukuthi uphelele ngobuningi bawo emcimbini wama KZN Namuhla 3rd Annual Artists Awards 2024, ukuthi uzobungaza amaCiko azobe esina ededelana ukubungaza inyanga yamaGugu, Kanti azophinde athole ukuhlonishwa ngezindondo, izitifiketi kanye nemititilizo yemali engukheshi kulawo athole amavoti amaningi kunamanye.
USUKU LOMCIMBI: uMgqibelo womhlaka 7 September 2024
INDAWO: Ethekwini Community Church
163 Anton Lembede Street, Durban Central
ISIKHATHI: 10:30 – 15:00
IMALI YOKUNGENA: R100 (General) – R150 (VIP)
Abamabhizinisi abafuna ukuzobukisa ngemisebenzi yabo noma ngezimpahla zabo bamukelekile bona bangena ngo R500.
Imali ikhokhwa emnyango
Ukwazi kabanzi kungaxhunyanwa noMhleli womcimbi umama uSheila Mhlongo kunombolo kaWhatsApp: 076 390 6969 noma kuMthunzi Nhlengethwa: 081 383 9260