UThembelani Ngwece uthi ubeqala ukuhlonishwa ngesitifiketi kumaKZN Namuhla Artist Awards

uThembelani Ngwece owaziwa ngoGibson,ikhaya lakhe lisedolobheni laseBha eEastern Cape.Ucula umculo wokholo,zikhona izingoma aseke wazirekhoda ezithi Angiwanaki amanxeba ami kanye nethi Chomie yami amazon.Into eyenza akhethe ukucula loluhlobo lomculo yingoba ukhule ekhaya lapho kukhonzwa khona ukuhlabelela bekuyinto abaphila ngayo.Uthi ukuhlonishwa kwakhe ngesifiketi kumaKZN Namuhle Artist Awards kumujabulise kakhulu kwazise ubeqala ukuhlonishwa ngesitifiketi.Ephawula ngendlela yokuvota uthe akubanga lula kodwa abantu bameseke kakhulu ngokumvotela,uqhube wathi angalijabulela elinye ithuba lokungenela iKZN Namuhla Artist Awards uma lingavela.Ubonga kakhulu kubantu abamvotelile uthi bangadikibali baqhubeke njalo ngokumeseka.Uth
 

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *