OWAMI THABETHE
UNkosiyazi Mncube waseZimangweni endaweni yaseNanda unesifiso sokwesekwa ngengoma yakhe ye Piano ephume kulonyaka. Lengoma ethi Asphuzeni uyicula no Big hit kanye no Vusi the poet president eprojuswe u Blaq Major odume kakhulu ngengoma ethi ‘Sdakiwe sbali’.
Ucele umphakathi wase Thekwini namaphethelo umeseke uthenge nomculo wakhe.Lengoma iyatholakala ezitolo zonke zomculo,uyatholakala ku Whatsapp: 065 930 5674, ku tik tok ungu @bighit993.