USiyabonga Dlamini we Shandis Entertainment uthembisa lukhulu njengoba izobe yethulwa ngokusemthethweni ngoFebruary  futhi amaCiko angaphansi kwayo edlulele kwisigaba esilandelayo kuma MTCMA

SHEILA MHLONGO

Njengoba amaCiko angaphansi kweShandis Entertainment esedlulele kwisigaba esilandelayo,kumaMTCMA eGoli,kulonyaka izobe ithulwa ngokusemthethweni eParkview Hotel ,usuku Mhlaka 15 February 2025 bese ngoMarch amabombo siwabhekise eGoli lapho ama artist amane angaphansi kwayo iShandis Entertainment edlulele kowamanqamu.

Ebese ngoMarch amabombo siwabhekise eGoli lapho ama artist amane angaphansi kwayo iShandis Entertainment edlulele kowamanqamu.

 Kanti  maningi amaciko afuna ukusebenza neShandis,kodwa kuningi okuyizinhlelo  zeShandisi njengoba sizoba nemjikelezo ehlukahlukene lapho sobe sinandisa ezindaweni ezahlukene.Abafisa ukuxhumana nathi kufacebook uthi Shandis entertainment ungene kwipage , Email: shandys1985@gmail.com,(083745814Mr Siyabonga Dlamini for booking of Shandis artist  njalonjalo, okuyisifiso kulonyaka ukubona elilodwa lamaciko eku top 10.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *