SHEILA MHLONGO
Into engifisayo ukuyenza kulonyaka ukuthungisa umfaniswano (brand) yami nokusebenza nama artist amaningi kulonyaka izinhlelo zami ukukhipha album yize noma imal’ingavumi umculi engajabula kakhulu ukusebenza naye Inkosi Yamagcokama noMnu. Thuthani Ndlovu (Producer).
Isifundo engisifundile kuleminyaka edlule ukuthi ukungazitsheli phila nabantu noma usuphumelele ungaziphakamisi. Ngokwami bekwisifiso ukukhipha izingoma ezu-7 kodwa ngenxa yemali kuzophoqa ukuthi ngikhiphe-2 kepha ngikhiph’ingoma eyodwa ngangayifaka kuma digital stores ngoba uxhaso angikalutholi ngiyathembisa ukuthi uzotholakala maduze umsebenzi wami.
Ofisa ukuxhumana nami ngitholakala kuwhatsapp nasocingweni 0711333371 Facebook page. Inkosi yamanono promotion.