SHEILA MHLOMGO
Ngifisa ukupromoter kakhulu umsebenzi wami futhi ngihlela ukuqhubeka nokuhambela imisakazo eminingi ukuze ngiphushe kahle umculo wami kanti isifiso esikhulu ukusebenzisana neqhawe eselivelile endimeni okungu Mnikezwa Ngubane.
Ngifunde ukuthi kumele ngihambele yonke imicimbi ukuze nabalandeli babone umsebenzi wami okunye ngihlela ukuqhubeka ukuhambela izingxenye eziningi zemisakazo, abalandeli bengalindela umsebenzi Ep ezophuma ekupheleni kwenyanga ka-march. Ofisa ukuthola umculo wami search LAST BORN yako Ngwane ukhona ku -Apple music ,YouTube , Spotify Google play.
Ngiyatholakala ezinkundleni zokuxhumana WhatsApp/Calls 0822163064 Facebook Last Born Nsizwa Khanyile.