UNtokozo Mngadi weqembu AMAV 6 ulangazelele ukusebenzisa noDSD

SHEILA MHLONGO

 UNtokozo Mngadi kwaMaphumulo owenza uMaskandi ngaphansi kweqembu AMAV 6  kulonyaka ngifisa ukufaka osonkondlo abawu -2 estudio benze ama-EP. kulonyaka ngizokhipha EP makuphela February. Iqhawe eselimkantshubomvu endimeni kaMaskandi engifisa ukusebenza nalo ubhuti uDR Khangeleni DSD ‘’Dubula sodubulana” Mhlongo.

Ekufundile kuleminyaka ngikulendima  ukuthi kuyiphutha ukufaka umsebenzi kuma online store isikhathi sesihambile kumele usheshe ukufaka abantu besakhathalele ukukuzwa, okunye abathandi bomculo  kulonyaka  bengalindela i-EP.  Umsebenzi uyatholakala kuzona zonke izitolo zomculo online.

Inombolo  engitholakala kuyo WhatsApp and call:  0635412612 Facebook page:  AMAV 6 SA, Tiktok Hlalabemsukela personal account Facebook Ntokozo Mngadi Hlalabemsukela.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *