SHEILA MHLONGO
Ngingu mculi kaMaskandi odume ngelika Saqule-Sezulu from Eastern Cape enyakeni ka-2024 ngifunde ukuthi kubalulekile ukuzimisela kukho konke okwenzayo minake ngingakujabulela kakhulu ukuthi kulonyaka ka-2025 ngithole ithuba lokudidiyela ingoma engizoba nensizwa eseyaziwa kakhulu endimeni kamaskandi umfoka Ndlovu odume ngokuthi “Igagu lasePhongolo” uGatsheni.
Lokho kungangenza ngibone ukuthi amaphupho ami ayafezeka ngampela.
Into engiyifundile ukuthi kuhle ukuzehlisa kubantu uphinde uzihloniphe wena ukuze nabanye abantu bezokuhlonipha. Engifisa abathandi bomculo bekwazi ngami ukuthi umculo wami uyatholakala kwezinye zama social media kanti inamba ithi: 0718896631.